Vele Poems | Examples


Ukube Ngangazi

Akukhona ukuthi ngifisa ukukuphazamisa,empilweni yakho etsha
  Ngeke ngakuqanganisela kepha ngangethembile ngoba ngangiwa ngivuk nawe
Nami ngangazi ngelinye ilanga ukuthi ngniyophumula ngibuse nje nge nkosi
   Kepha kuyangicacela ukuthi ngangiyikake la ingalele khona
Ngangikondla ngenkece engekho ngikukhulisa ngenkece yasemajalidini
      Uyihlo wakushiya wahamba okwe juba lika Nowa
Angimbeki cala ngalokho naye ngoba wuye owazi isizathu salokho
 
Ngiyofa inhliziyo yami igcwele ebuhlungu
Ngoba lawomabhilidi enfant is a khaki gazing angel okwelanga ukuth ngangizihemela
   Konke ebengikwenza ebengikwenza ngothando
Nangethemba lokuthi ikusasa uyoba lusizo kulomdeni
    Pho ke umuntu akathenjwa
Ungilahlisa okwenyongo yenyathi
     Ungiphika phambi kobuso bami
Ungitshena ezikabhoqo uthi awungazi

Uyongikhumbula  uyofisa ukulungisa izinto
Kepha Kobe sekonakele vele
         Uyosikhihla esika Mandi
Uyofisa ukukhulum nami
Kuyobe kusasizani vele?
Ngiyobe sengikwelama things
Ungisize ungahlabi zinkomo
Ungahlabi zimbuzi ungaqumi ngisho nezinkukhu
   Ngoba lokhu kofaka umkhokha ekhaya
Iyobe isiwuchithile inkonyane.
Categories: vele, children, kids, mother, pain,
Form: Free verse

Inkungu

Ngiyeke ngihambe,njengomhambume.
Akucala lathethwa,kungenabufakazi.
Angifune kukhuluma, inkukhu inqunywe umlomo.
Inkumbulo yize,ithemba inhlansi yomlilo ongathembisi lutho.
Kwake kwaba njena umlando ke lowo.
Hleze umlando ungaziphinda?
Bathi lapho ake ama khona aphinde ame."
Ngifisa ukubhala lencwadi ngisho okungaphakathi kimi.

Inkungu ubulima abupheli ukuhlakanipha kuyaphela.
Izethembiso zamanga zinjalo.
Ubukhazikhazi bukushiya ukemile.
Inhliziyo engaphandle, iyashesha ukuncola.
Ukungazi kufana nokungaboni.
Angikhali,angibalisi kepha amanzi achithekile ngeke ngawabutha.
Yeka isikhathi wami nganginga ukuthi ngizishaye ngemfe iphindiwe.
Baqinisil mabethi wothemba itshe.
Umuntu ushitsha  amabala njengo nwabu.

Inkungu ,lixhoshwa libhekile akusenani.
Lawo mabhilidi  engangiwakhe ngemucabango lekusasalethu.
Ikusasa eli qhakazile okwembali namhlanje konke lokhu kuyize leze.
Amathe abuyele kwasifuba.
Yonke leminyaka ,kanti ikhohlisana ihlomile.
Akusenani vele  ikhiwane elihle ligcwala izibungu.
Bengingazi ukuthi kanti,ngiyikake lapho ingalele khona.
Categories: vele, best friend, betrayal, break
Form: Blank verse


Mtanami

Kuduma izulu, liwuhlome phansi.
Qede liwujikijele ngaphesheya.
Ngishitshe,indlela engihamba ngayo.
Isenzeka konke lokhu yini,loyal ngithithiza.
Ngihamba ngiqhaqhazela njengobanjwe amakhaza.
Ngiyasinga,njengoxoshwa ilanga kanti cha akunjalo.
Liphinde liwuphonse,ngamandla manje.
Angisaboni nakahle kuhlwile.

Ngiyacothoza,ngikhetha amabala.
Njengophethwe, impehla.
Ngisadidekile,nginjalo ngizithuku, sengise sangweni.
Liphinde,kuhlwengamandla ngike.
Awu nkosi yami okwami".
Ngiqhaqhazele, kakhulu manje.
Njengo phethwe idumbe.
Ngizofa "LA"" maze kukwabani?
Ngibone isalukazi siza siphinde some.
Sihleke kuvel igeqe.
Qede sithi "" mtanami.

Zivele zehle.
Hawu! umama phela,lo.
Kudala vele ngabhunguka ekhaya.
Categories: vele, absence, grandmother, jesus, missing,
Form: Blank verse

Ngiphendule

Angilwi lokhu impi yabulala,amaqhawe akithi.
Iqiniso angilazi,kepha kudala ngiloba.
Ngosiba,lokhu nginethemba lokuthi lapho ukho.
Lencwadi yami ehlala iza kuwe,uyoyithola.
Qede,kumamatheke inhliziyo yakho.
Ngiphathisa njalo,nxa behla beza emakhaya.
Yebo angehli njalo kepha,kanye ngonyaka.
Selokhu ngaqala ukukubhalela lutho impendulo.

Ngiphendule,phela angisazi nqindi nasibhakela.
Hleze imifula seyagcwala izihlabathi.
Okanye sekwaba semanxiweni .
Angiyena umuntu onovalo,kepha ithemba leze liyabulala.
Libulala inhliziyo yothando,qede kukhule kukhule inzondo.
Njengembali ehlala emanzini okwe nhlanzi.
Engimphathisayo nxa ngimbuza ngawe uvele athi.
"Incwadi uyithathile kepha awushongo lutho".
Kaze uyayifunda yini lezo  zincwadi zami?
Ithemba alisekho iqiniso lihle.
Awachithwe amanzi inkukhu ibalekile.
Ngiyavuma ithathwa esokeni.
Hleze vele sewabuyela,kulo isoka lakho lakudala.
Akusenani ngihosha imfe ngyabonga.
Categories: vele, culture, jealousy, lost love,
Form: Blank verse

My Name Is

My name is Lindokuhle
Daddy called me Ryan
Vele isbongo ngingu Zikhali
UNgwane wasenyakatho
IThonga ayi eBurgville
.
I live in a 21st Century, Yes I'm blessed
I lived in a aparthed till democracy arive, I'm blessed
I expireinced the feeling of the World Cup hosting
In the African soil for the first time, it also a blessing
I am a poet that poets the poems of poetry, yes I'm blessed
Categories: vele, africa,
Form: Classicism


Get a Premium Membership
Get more exposure for your poetry and more features with a Premium Membership.
Book: Radiant Verses: A Journey Through Inspiring Poetry

Member Area

My Admin
Profile and Settings
Edit My Poems
Edit My Quotes
Edit My Short Stories
Edit My Articles
My Comments Inboxes
My Comments Outboxes
Soup Mail
Poetry Contests
Contest Results/Status
Followers
Poems of Poets I Follow
Friend Builder

Soup Social

Poetry Forum
New/Upcoming Features
The Wall
Soup Facebook Page
Who is Online
Link to Us

Member Poems

Poems - Top 100 New
Poems - Top 100 All-Time
Poems - Best
Poems - by Topic
Poems - New (All)
Poems - New (PM)
Poems - New by Poet
Poems - Read
Poems - Unread

Member Poets

Poets - Best New
Poets - New
Poets - Top 100 Most Poems
Poets - Top 100 Most Poems Recent
Poets - Top 100 Community
Poets - Top 100 Contest

Famous Poems

Famous Poems - African American
Famous Poems - Best
Famous Poems - Classical
Famous Poems - English
Famous Poems - Haiku
Famous Poems - Love
Famous Poems - Short
Famous Poems - Top 100

Famous Poets

Famous Poets - Living
Famous Poets - Most Popular
Famous Poets - Top 100
Famous Poets - Best
Famous Poets - Women
Famous Poets - African American
Famous Poets - Beat
Famous Poets - Cinquain
Famous Poets - Classical
Famous Poets - English
Famous Poets - Haiku
Famous Poets - Hindi
Famous Poets - Jewish
Famous Poets - Love
Famous Poets - Metaphysical
Famous Poets - Modern
Famous Poets - Punjabi
Famous Poets - Romantic
Famous Poets - Spanish
Famous Poets - Suicidal
Famous Poets - Urdu
Famous Poets - War

Poetry Resources

Anagrams
Bible
Book Store
Character Counter
Cliché Finder
Poetry Clichés
Common Words
Copyright Information
Grammar
Grammar Checker
Homonym
Homophones
How to Write a Poem
Lyrics
Love Poem Generator
New Poetic Forms
Plagiarism Checker
Poetics
Poetry Art
Publishing
Random Word Generator
Spell Checker
Store
What is Good Poetry?
Word Counter