Submit Your Poems
Get Your Premium Membership


See and share Beautiful Nature Photos and amazing photos of interesting places



Quote of the Day

Quote Left"The harder you work, the luckier you get."Quote Right

by Gary Player

  |  Comment

Impilo (life)

manqoba cele Avatar    Block poet from commenting on your poetry

Below is the poem entitled Impilo (life) which was written by poet manqoba cele. Please feel free to comment on this poem. However, please remember, PoetrySoup is a place of encouragement and growth.

Read Poems by manqoba cele

Best Manqoba Cele Poems

+ Fav Poet

Impilo (life)

Ngihleli, ngiyacabanga, ngizokwenzani?
Angazi ukuthi ngizovuka yini kusasa.
Mangicabanga ukuphila ngicabanga ubuhlungu.
Kanti impilo injena?

Umzuzu owodwa ojabulisayo ubiyisa iminyaka yobuhlungu.
Iminyaka engalwa nayo ngakhipha igazi lami lonke.
Kuzophela nini lobuhlungu?
Ukuvuka ekuseni kuchaza ukuthi enye impi kuphela.

Impilo engiy’funayo lena?
Impilo ekufaneli ngiy’jabulele lena?
Impilo ekufanele ngiy’wamukele lena?
Impilo ekufanele ngiy’thokozele lena?

Kuzophela nini?
Ngizophumula nini?
Ngizolala nini?

Ngifuna ukujabula…Kuphela
	

Post Comments

Please Login to post a comment



A comment has not been posted for this poem. Be the first to comment.