Free online greeting card maker or poetry art generator. Create free custom printable greeting cards or art from photos and text online. Use PoetrySoup's free online software to make greeting cards from poems, quotes, or your own words. Generate memes, cards, or poetry art for any occasion; weddings, anniversaries, holidays, etc (See examples here). Make a card to show your loved one how special they are to you. Once you make a card, you can email it, download it, or share it with others on your favorite social network site like Facebook. Also, you can create shareable and downloadable cards from poetry on PoetrySoup. Use our poetry search engine to find the perfect poem, and then click the camera icon to create the card or art.
Enter Title (Not Required)
Enter Poem or Quote (Required)Required Ngikhala kwaduma imihosha. Ngikhala zoma,kepha izinyembezi zeminyaka. Ungangibona ngihleka,ufunge ukuthi konke kulungile. Kanti cha akunjalo,ngizama ukuzelapha. Noma ngazi ukuthi ayizelaphi kepha ngisuke ngizama izaba nje. Uma ungibona ngimile egcekeni ngibuka,ngasesangweni. Ngisuke ngicabanga lezo nsuku ezandlulayo. Lapho engangimbona,engena emamatheka umtakababa. Qede sibingelelane kube mnadi. Kwashabalala,konke njengamazola ebona ilanga. Konke lokhu kuyawulimaza umphefumulo wami. Ngibuka into engekho,ngibuka into engeke isenzeka. Lokhu usengu mufi usekokhokho. Inxeba,ngike ngithule ngibuka abazali bami ngidabuke. Lokhu ngiyazi kubo kubuhlung ngokuphindiwe. Ngisho ngoba nami,Nazi ezami izingane. Uma ngizibheka kufika usizi qede zehle kancane. Kungenzeka yini nakimi njengakubazali bami? Ngisakhala namanje ngomfowethu ngohlala ngikhala. Ngikhala njengomfelokazi ekhumbule umyeni wakhe . Noma ngizama ukwendlulisa,kepha imicabango iziyela yona lapho ethanda khona. Into ebuhlungu mangikhumbula umnewethu kuvele kuvuke usizi. Inxeba enginalo alipholi. Kunalokhu liyabhibha usuku nosuku.ngenza yeminjunju yenkumbulo. Kuyoba nini ngo phela ngaphakathi? Ngiqoma ukufa kwangempela. Kunokufa ngibe ngidla anhlavana.
Enter Author Name (Not Required)